UJobe 32:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bamangala, kababe besaphendula; bayeka ukukhuluma. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Bayakhungatheka, abasaphenduli; baphelelwa ngamazwi. IsiZulu 2020 “Bakhungathekile, baphelelwe ngamazwi, akukho lutho abangalusho. |
Manje akabhekisanga kimi amazwi akhe, futhi ngeke ngimphendule ngezinkulumo zenu.
Lapho ngilindile (ngokuba abazange bakhulume, kodwa bema bangaphindi baphendule;)
Kodwa abaFarisi sebezwile ukuthi uJesu ubathulisile abaSadusi, babuthana ndawonye.
Khona ngiyakufakaza kubo ukuthi: Angizange nginazi; sukani kimi nina benzi bokubi.