Manje akabhekisanga kimi amazwi akhe, futhi ngeke ngimphendule ngezinkulumo zenu.
Akahlelelanga mina amazwi akhe; angiyikumphendula ngezinkulumo zenu.
Amazwi akhe akawaqondisanga kimi, angizukumphendula ngokushiwo yinina.
Ningasho ukuthi: “Sifumene ukuhlakanipha; uNkulunkulu wamwisa, hhayi umuntu.”
Bamangala, kababe besaphendula; bayeka ukukhuluma.
Uma ukwazi ukungiphendula, hlela amazwi akho phambi kwami, usukume.