Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba indodakazi ka-Ahabi yayingumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.
UJobe 30:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Babengabantwana beziwula, yebo, abantwana babantu abayize; babephansi kunomhlaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE bengabantwana beziwula, abantwana babangenamagama, beshaywa, bexoshwa ezweni. IsiZulu 2020 bangabantwana beziwula, abantwana babantu abangenagama, bayashaywa, baxoshwe ezweni. |
Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba indodakazi ka-Ahabi yayingumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.
Wahamba ngendlela yendlu ka-Ahabi, wenza okubi emehlweni kaJehova njengendlu ka-Ahabi, ngokuba wayengumkhwenyana wendlu ka-Ahabi.
Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi, ngokuba unina wayengumluleki wakhe ukwenza okubi.
Bhekani, ngikhohlakele; ngizokuphendula ngithini? Ngizobeka isandla sami emlonyeni wami.
Odelelekile emehlweni akhe; kodwa uyabahlonipha abamesabayo uJehova. Ofungayo kokwakhe angaguquki.
Kodwa ebunzimeni bami bajabula futhi babuthana ndawonye; bangidwengula futhi abazange bame.
Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?
Ukumesaba uJehova kungukuqala kolwazi, kepha iziwula ziyadelela ukuhlakanipha nokulaywa.
Ngokuba umuntu oyisiwula uyakukhuluma okubi, nenhliziyo yakhe yenza okubi, ukuze yenze ubuzenzisi, ikhulume okubi ngoJehova, ithulule umphefumulo wolambileyo, iqede ukuphuza kowomileyo.
Abantwana batheza izinkuni, oyise babasa umlilo, abesifazane baxova inhlama ukwenzela indlovukazi yezulu amaqebelengwane, bathululele abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwa, ukuze bangicunule.
Ngiyakuphonsa phezu kwakho okunengekayo, ngikwenze inhlekisa, ngikubeke njengehlombe.
Bazamnikela kwabezizwe ukuthi baklolodelwe, babhaxabule, bambethele esiphambanweni, njalo ngosuku lwesithathu izabuya ivuke.
Wasephuma, wathi kunina: Ngizacelani? Wasesithi: Ikhanda likaJohane uMbhabhathizi.