UJobe 30:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Baxoshwa phakathi kwabantu (bamemeza emva kwabo njengesela;) IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayaxoshwa phakathi kwabantu; bamemeza emva kwabo njengasemva kwamasela. IsiZulu 2020 Bayaxoshwa emphakathini, abantu bamemeza emva kwabo sengathi kusemva kwamasela. |
Abantwana bakhe mabazulazule, bancenge njalo; mabafune ukudla kwabo ezindaweni zabo eziyincithakalo.
Bayakukuxosha kubantu, indawo yakho yokuhlala ibe nezilwane zasendle, bakudlise utshani njengezinkomo, bakuphuzise ngamazolo ezulu, kudlule izikhathi eziyisikhombisa. Wena. Nize nazi ukuthi oPhezukonke uyabusa embusweni wabantu futhi uyinika athanda ukumnika yona.