Kepha ngalobo busuku, mabumehlele; makungahlanganiswa nezinsuku zomnyaka, kungangeni esibalweni sezinyanga.
UJobe 3:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, lobo busuku mabube bodwa, makungangeni kubo izwi lokujabula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, lobo busuku mabungabi nalutho, kungangeni ukujabula kubo. IsiZulu 2020 Yebo, lobo busuku mabube yinyumba, kungezwakali msindo wenjabulo kubo. |
Kepha ngalobo busuku, mabumehlele; makungahlanganiswa nezinsuku zomnyaka, kungangeni esibalweni sezinyanga.
Ukuthokoza kwezigubhu kuphelile, umsindo wabathokozayo uphelile, intokozo yesigubhu iphelile.
Khona ngiyokwenza ukuba kuphele izwi lenjabulo nezwi lenjabulo, izwi lomyeni nezwi likamakoti emizini yakwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema, ngoba izwe liyoba ihlane.