Esefikile kumuntu kaNkulunkulu entabeni, wambamba ezinyaweni; kodwa uGehazi wasondela ukuze amsunduze. Wayesethi umuntu kaNkulunkulu: “Makame; ngokuba umphefumulo wakhe ukhathazekile phakathi kwakhe, uJehova ungifihlele, kazange akwazise kimi.
UJobe 3:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho-ke ososizini uyakuphiwa ukukhanya, nokuphila komunyu womphefumulo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Odiniweyo unikelwani ukukhanya nabanomunyu emphefumulweni ukuphila; IsiZulu 2020 “Kungani ukukhanya kunikwa ososizini, nokuphila, kwabanomunyu emphefumulweni, |
Esefikile kumuntu kaNkulunkulu entabeni, wambamba ezinyaweni; kodwa uGehazi wasondela ukuze amsunduze. Wayesethi umuntu kaNkulunkulu: “Makame; ngokuba umphefumulo wakhe ukhathazekile phakathi kwakhe, uJehova ungifihlele, kazange akwazise kimi.
Noma bengingaba khona njengozalo olufihlwayo; njengezingane ezingakaze zikubone ukukhanya kwemini.
Iyakukhulula umphefumulo wayo ekuyeni egodini, nokuphila kwayo kuyobona ukukhanya.
ukuze abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.
nokuba kube kuhle kuNkulunkulu ukungibhubhisa; ukuthi angadedela isandla sakhe anginqume!
Ngaphumelani esizalweni ukuze ngibone umshikashika nosizi, ukuba izinsuku zami ziphele ngamahloni na?