Lapho iziboshwa ziphumula ndawonye; abalizwa izwi lomcindezeli.
Lapho iziboshwa ziyatabhaya kanyekanye; azizwa izwi labazicindezelayo.
Lapho iziboshwa zicanasa khona ndawonye, nezwi labacindezelayo zingasalizwa.
Lapho ababi bayekela ukukhathazeka; nalapho abakhatheleyo bayaphumula.
Abancane nabakhulu bakhona; lenceku ikhululekile enkosini yayo.
Uyadelela isixuku somuzi, akakunaki ukukhala komshayeli.
Abantwana bakwa-Israyeli bakhuleka kuJehova, ngokuba wayenezinqola zensimbi ezingamakhulu ayisishiyagalolunye; iminyaka engamashumi amabili wabacindezela kakhulu abantwana bakwa-Israyeli.