Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte konke anakho, uyakukuthuka ebusweni bakho.
UJobe 3:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. IsiZulu 2020 Emveni kwalokho uJobe wakhuluma; waqalekisa usuku lwakhe. |
Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte konke anakho, uyakukuthuka ebusweni bakho.
Bahlala phansi naye izinsuku eziyisikhombisa nobusuku obuyisikhombisa, akwabakho owakhuluma naye, ngokuba babona ukuthi usizi lwakhe lwalulukhulu kakhulu.
Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte emathanjeni akhe nasenyameni yakhe, uyakukuthuka ebusweni bakho.
Kalubhubhe usuku engazalwa ngalo, lobusuku okwathiwa ngabo: Kukhulelwe umntwana wesilisa.
Maye kimi, mama, ngoba ungizalele umuntu wokuxabana nomuntu wokuxabana emhlabeni wonke! Angitshelekanga ngenzalo, nabantu abangibolekanga ngenzalo; nokho bayangithuka bonke.