Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 29:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

Lapho indlebe ingizwa, yangibusisa; lapho ilihlo lingibona, lafakaza kimi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Lapho indlebe yangizwa, yangibusisa, nalapho iso langibona, langifakazela.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Indlebe engizwayo, yayithi ngibusisiwe, neso elingibonayo lingifakazela,

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 29:11
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma ukhalo lwakhe belungangibusisayo, akafudunyezwanga ngoboya bezimvu zami;


Bheka, ufundisile abaningi, waqinisa izandla ezibuthakathaka.


Amazwi akho asekela owasezakuwa, waqinisa amadolo abuthakathaka.


Lapho olungileyo enegunya, abantu bayajabula; kepha lapho omubi ebusa, abantu bayalila.


Kanjalo nobamukele amabili wazuza amanye amabili.


Kwasekusithi ekhuluma lezizinto, owesifazana othile esixukwini waphakamisa ilizwi, wathi kuye: Sibusisiwe isibeletho esakuthwalayo, lamabele owawancelayo.


Bonke bafakaza ngaye, bamangala ngamazwi omusa aphuma emlonyeni wakhe. Basebesithi: Lo kayisiyo indodana kaJosefa yini?