UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.
UJobe 27:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma abantwana bakhe banda, kungenxa yenkemba, nenzalo yakhe ayiyikusutha isinkwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; inzalo yakhe ayiyikusutha ngokudla. IsiZulu 2020 Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; nabozalo lwakhe abayukusutha ngukudla. |
UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.
Akayikuba nandodana noma mzukulu phakathi kwabantu bakubo, nensali ezindaweni zakhe zokuhlala.
Abantwana bakhe bayofuna ukujabulisa abampofu, futhi izandla zakhe ziyobuyisela impahla yakhe.
Ingonyama endala iyabhubha ngokuswela impango, namawundlu engonyamakazi ayahlakazeka.
Abantwana bakhe mabazulazule, bancenge njalo; mabafune ukudla kwabo ezindaweni zabo eziyincithakalo.
Ngokuba bhekani, ziyeza izinsuku abayakusho ngazo ukuthi: ‘Zibusisiwe izinyumba, nezizalo ezingazalanga, namabele angamunyisanga.
Amadodana akho namadodakazi akho ayonikwa esinye isizwe, futhi amehlo akho ayobabheka futhi aphele amandla usuku lonke, futhi ngeke kube namandla esandleni sakho.
Lizazala amadodana lamadodakazi, kodwa kaliyikuthokoza ngakho; ngoba bayakuthunjwa.
Ababesuthi bazithengisela isinkwa; abalambileyo banqamuka, oyinyumba wazala abayisikhombisa; laye owayelabantwana abanengi waba buthakathaka.