Ungamthola yini uNkulunkulu ngokumfuna? ungakwazi ukuthola uSomandla ekupheleleni?
UJobe 27:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakunifundisa ngesandla sikaNkulunkulu; angiyikufihla okukuSomandla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngiyakunifundisa ngesandla sikaNkulunkulu; okukuSomandla angiyikukufihla. IsiZulu 2020 “Ngizakunifundisa ngesandla sikaNkulunkulu; okukuSomandla angiyukukufihla. |
Ungamthola yini uNkulunkulu ngokumfuna? ungakwazi ukuthola uSomandla ekupheleleni?
Khona bengiyakududuzeka; yebo, bengizozenza lukhuni ngosizi; makangayeki; ngoba kangiwafihlanga amazwi oNgcwele.
O Nkulunkulu, ungifundisile kwasebusheni bami, kuze kube manje ngimemezele izimangaliso zakho.
Ngokuba uJehova wakhuluma kanje kimi ngesandla esinamandla, wangiyala ukuba ngingahambi ngendlela yalaba bantu, wathi:
lokuthi kangigodlanga lutho olungalisizanga, kodwa ngalitshela, ngalifundisa obala lendlu ngendlu;
Bhekani, nginifundisile izimiso nezahlulelo, njengalokho uJehova uNkulunkulu wami engiyalile, ukuba nenze kanjalo ezweni eningena kulo ukulidla.