Kwakukhona iziqhwaga emhlabeni ngalezo zinsuku; nangemva kwalokho, lapho amadodana kaNkulunkulu engena kuwo amadodakazi abantu, awazalela abantwana, aba ngamaqhawe asendulo, amadoda anegama.
UJobe 26:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kubunjwa okufileyo ngaphansi kwamanzi, nabakhileyo kuwo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Izithunzi ziyathuthumela phansi kwamanzi kanye nabakhelwane bawo. IsiZulu 2020 “Izithunzi ziyathuthumela phansi kwamanzi, nakho konke okuhlala kuwo. |
Kwakukhona iziqhwaga emhlabeni ngalezo zinsuku; nangemva kwalokho, lapho amadodana kaNkulunkulu engena kuwo amadodakazi abantu, awazalela abantwana, aba ngamaqhawe asendulo, amadoda anegama.
Ngokuba manje ngabe ngilele ngithule, ngabe ngilele; ukube ngangizolile ngaleso sikhathi,
Uyafuna ukwenza izimangaliso kwabafileyo na? abafileyo bayakuvuka, bakudumise na? Sela.