UJobe 26:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ukhulume kubani amazwi? nomoya kabani owaphuma kini? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Utshelwe ngubani lawo mazwi, nomoya kabani waphuma kuwe, na? IsiZulu 2020 Usizwe ngubani ukuba usho lawo mazwi? Uwafunzwe ngubani uze ukhulume kanjena na? |
Wameluleka kanjani ongenakuhlakanipha na? Uyimemezele kanjani into ngobuningi njengoba injalo na?
Khona uthuli luyobuyela emhlabathini njengoba lwalunjalo, futhi umoya uyobuyela kuNkulunkulu owawunikayo.
Ngakho ngiyanazisa ukuthi akakho okhuluma ngoMoya kaNkulunkulu othi: “Uqalekisiwe uJesu;