UJobe 26:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wameluleka kanjani ongenakuhlakanipha na? Uyimemezele kanjani into ngobuningi njengoba injalo na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umlulekile kanjani ongenakuhlakanipha! Umemezile kangakanani ukuqonda! IsiZulu 2020 Umeluleke kanjani ongahlakaniphile na? Wamnika izeluleko ezinhle kangakanani ongenakuqonda na? |
Kepha nami nginakho ukuqonda njengani; Angincinyane kunani; yebo, ngubani ongazazi izinto ezinjalo?
Kepha buyani nonke, nize manje, ngokuba angitholi noyedwa ohlakaniphileyo phakathi kwenu.
Umsize kanjani ongenamandla na? nibasindisa kanjani abampofu abangenamandla na?
Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.
lokuthi kangigodlanga lutho olungalisizanga, kodwa ngalitshela, ngalifundisa obala lendlu ngendlu;