Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.
UJobe 24:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ukoma nokushisa kuyawaqeda amanzi aneqhwa, kanjalo neHayidese labo abonileyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ukoma nokushisa kuyaqeda amanzi eqhwa; kanjalo indawo yabafileyo labo abonileyo. IsiZulu 2020 Isomiso nokushisa kuyawomisa amanzi eqhwa; yenza kanjalo-ke nendawo yabafileyo kulabo abonileyo. |
Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.
Ngokuba manje ngabe ngilele ngithule, ngabe ngilele; ukube ngangizolile ngaleso sikhathi,
Njengezimvu babekwa ethuneni; ukufa kuzobapha; abaqotho bayakubusa phezu kwabo ekuseni; nobuhle babo buyoqedwa eHayidese bungabikho endaweni yabo yokuhlala.
Baxosheni njengokupheshulwa komusi; njengokuncibilika kwengcina phambi komlilo, kanjalo ababi mababhubhe phambi kukaNkulunkulu.
Kodwa uNkulunkulu wathi kuye: Siphukuphuku, ngalobubusuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe;