Bangabahlubuki ekukhanyeni; abazazi izindlela zakhe futhi abahlali emikhondweni yakhe.
UJobe 24:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ebumnyameni bagebha izindlu abaziphawulela bona emini; kabakwazi ukukhanya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bafohla izindlu sekumnyama; emini bayazivalela; ukukhanya abakwazi. IsiZulu 2020 Ngobumnyama bagqekeza imizi, emini bazivalele, abakwazi ukukhanya. |
Bangabahlubuki ekukhanyeni; abazazi izindlela zakhe futhi abahlali emikhondweni yakhe.
Isikhulu esiphakathi kwabo siyakuthwala ehlombe, sihambe kuhwalala; bayobhoboza udonga ukuze balikhiphe; uyosibekela ubuso, ukuze angawuboni umhlaba ngamehlo akhe.
Kodwa yazini lokhu, ukuthi uba umninindlu ebesazi ukuthi isela lizafika ngawuphi umlindo, ubezalinda, njalo ubengayikuvuma ukuthi indlu yakhe igqekezwe.
Ningazibekeleli ingcebo emhlabeni, lapho inundu nokugqwala konakalisa khona, nalapho amasela efohla khona, ebe;
Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi uzonda ukukhanya, akezi ekukhanyeni, ukuze imisebenzi yakhe ingasolwa.