Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 23:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

ngakwesokhohlo, lapho asebenza khona, kodwa kangimboni; ngakwesokunene uyacasha, ukuze ngingamboni.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

nangasenyakatho ekusebenzeni kwakhe, kepha akabonwa; ujikela ngaseningizimu, kepha akabonakali.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

ngakwesokhohlo, lapho ezifihle khona, angimboni; ujikela ngakwesokunene, kepha angimboni.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 23:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lezi zinto uzifihlile enhliziyweni yakho: Ngiyazi ukuthi zinawe.


Kodwa uyayazi indlela engihamba ngayo; uma engilinga, ngiyophuma njengegolide.


Bheka, ngiya phambili, kepha akekho; nangemuva, kepha angimboni;


Uma ethula, ubani ongabanga inkathazo na? uma efihla ubuso bakhe, ngubani ongambona na? noma kwenziwa esizweni noma kumuntu yedwa;


Ngisho noma nithi ngeke nimbone, nokho ukwahlulelwa kuphambi kwakhe; ngakho uthembele kuYe.


Bheka, uyadlula kimi, ngingamboni; naye uyaqhubeka, kodwa mina angimboni.


Koze kube nini, Jehova? uzocasha kuze kube phakade? intukuthelo yakho ivutha njengomlilo na?


Impela wena unguNkulunkulu ozifihlayo, Nkulunkulu ka-Israyeli, uMhlengi.


Ngiyakulindela uJehova ositheza ubuso bakhe endlini kaJakobe, futhi ngiyakumfuna.