ngakwesokhohlo, lapho asebenza khona, kodwa kangimboni; ngakwesokunene uyacasha, ukuze ngingamboni.
UJobe 23:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, ngiya phambili, kepha akekho; nangemuva, kepha angimboni; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kodwa bheka, ngiya empumalanga, kepha akakho, nasentshonalanga, kepha angimboni, IsiZulu 2020 Kepha uma ngiya phambili, akekho lapho, uma ngiya emuva, angimboni |
ngakwesokhohlo, lapho asebenza khona, kodwa kangimboni; ngakwesokunene uyacasha, ukuze ngingamboni.
Uma ethula, ubani ongabanga inkathazo na? uma efihla ubuso bakhe, ngubani ongambona na? noma kwenziwa esizweni noma kumuntu yedwa;
Ngisho noma nithi ngeke nimbone, nokho ukwahlulelwa kuphambi kwakhe; ngakho uthembele kuYe.
Onguye yedwa onokungabhubhi, ehlezi ekukhanyeni okungenakusondela kukho; okungekho muntu owake wambona, nongakwazi ukumbona: makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.