Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 21:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

Izindlu zabo zivikelekile ekwesabeni, nenduku kaNkulunkulu ayikho phezu kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Izindlu zabo zinokuthula, azinangebhe; uswazi lukaNkulunkulu aluphezu kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Izindlu zazo zivikelekile, akukho ukwesaba kuzo; uswazi lukaNkulunkulu alukho phezu kwazo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 21:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amathende abaphangi ayaphumelela, labo abaklolodela uNkulunkulu bavikelekile; okugcwele esandleni sabo uNkulunkulu.


Umsindo owesabekayo usezindlebeni zakhe;


Ukwesabeka kuyomethusa nxazonke futhi kumenze ame ngezinyawo.


Inkunzi yabo iyazala futhi ayihluleki; amathole ezinkomo, angalilahli ithole lawo.


Makathathe udondolo lwakhe kimi, futhi ukwesaba kwakhe makungangethusi.


Yeka indlela ababhujiswa ngayo ngokuphazima kweso! baqedwa ngokuphelele yingebhe.


Abekho enkingeni njengabanye abantu; futhi abahlukunyezwa njengabanye abantu.


Khona-ke ngiyojezisa iziphambeko zabo ngenduku nangobubi babo ngemivimbo.