UJobe 21:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 Pho ningiduduza kanjani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele amanga na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Pho, ningiduduzelani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso nje, na?” IsiZulu 2020 “Pho ningiduduzelani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso yodwa na?” |
Intukuthelo yakhe yavuthela abangane bakhe abathathu, ngokuba bengatholanga impendulo, kepha bamlahla uJobe.
Kwathi ngemva kokuba uJehova esekhulume lawa mazwi kuJobe, uJehova wathi ku-Elifazi umThemani: “Intukuthelo yami ikuvuthele wena nabangane bakho ababili, ngoba anikhulumanga okulungileyo ngami njengenceku yami uJobe.