Umuntu ufa esenamandla aphelele, aphumule futhi ethule.
“Omunye ufa esemi kahle kukho konke, ezinzile, enokuthula.
Amathambo akhe agcwele isono sobusha bakhe, esizolala naye othulini.
Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.
Ngokuba manje ngabe ngilele ngithule, ngabe ngilele; ukube ngangizolile ngaleso sikhathi,
Ngoba uba efa, kayikuthatha lutho; inkazimulo yakhe ayiyikwehla emva kwakhe.