UJobe 21:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lalelani kahle izwi lami, kube yinduduzo yenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yizwani nokuzwa amazwi ami; lokhu makube yinduduzo evela kini. IsiZulu 2020 “Walaleleni ngokucophelela amazwi ami; lokhu makube yinduduzo evela kini. |
Kuyothatha isikhathi esingakanani ngaphambi kokuba uyeke ukukhuluma? maka, futhi emva kwalokho sizokhuluma.
Nichithelani imali kukho okungesiso isinkwa na? nomshikashika wenu kulokho okunganelisi? Lalelani kahle Kimi, nidle okuhle, umphefumulo wenu ujabule ngamanoni.
Ngakho-ke sifanele ukunakisisa kakhulu lokho esikuzwileyo, funa noma nini sishelele.
Lapho sebemtshela uJothamu, wahamba wema esiqongweni sentaba iGerizimu, waphakamisa izwi lakhe, wamemeza, wathi kubo: “Ngizweni nina bemi baseShekemi, ukuze uNkulunkulu anizwe.”