Ubalekeleni ngasese wangeba; awushongo kimi ukuthi bengiyakumukisa ngentokozo, nangezihlabelelo, nangetamale, nangehange?
UJobe 21:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bathatha ithamborini nehange bajabula ngokuzwakala kwesitho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu,* bathokoza ngezwi lomtshingo. IsiZulu 2020 Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu, bathokoza ngomsindo womtshingo. |
Ubalekeleni ngasese wangeba; awushongo kimi ukuthi bengiyakumukisa ngentokozo, nangezihlabelelo, nangetamale, nangehange?
Igama lomfowabo lalinguJubali; waba nguyise wabo bonke abaphatha izintambo nezitho.
Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.
Bheka, kukhona intokozo nokuthokoza, ohlaba izinkomo, uhlabe izimvu, udle inyama, uphuze iwayini; masidle, siphuze; ngoba kusasa sizokufa.