Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 20:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

Noma ubukhosi bakhe bukhuphukela ezulwini, nekhanda lakhe lifinyelela emafwini;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Noma ubukhulu bakhe bukhuphukela ezulwini, nekhanda lakhe lifinyelela emafwini,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Noma ukuphakama kwakhe kungakhuphukela ezulwini, nekhanda lakhe lifinyelele emafini,

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 20:6
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bathi: “Hambani, sizakhele umuzi nombhoshongo osiqongo sawo singafika ezulwini; masizenzele igama, funa sihlakazeke emhlabeni wonke.


Noma iBabele likhuphukela ezulwini, noma liqinisa indawo ephakeme yamandla alo, nokho abachithi balo bayakufika phezu kwalo bevela kimi,” usho uJehova.


Umuthi wakhula waba namandla, ukuphakama kwawo kwafinyelela ezulwini, nobuso bawo emikhawulweni yomhlaba wonke.


Nguwe, nkosi, owakhula waba namandla, ngokuba ubukhulu bakho bukhulile, bafinyelela emazulwini, nombuso wakho kuze kube semikhawulweni yomhlaba.


Noma bemba endaweni yabafileyo, isandla sami siyakubathatha; noma bekhuphukela ezulwini, ngiyakubehlisa khona.


Nawe Kapernawume, ophakanyiselwe ezulwini, uyakwehliselwa esihogweni, ngokuba uma yayenziwe eSodoma imisebenzi yamandla eyenziwe kuwe, ngabe isekhona nanamuhla.