Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte emathanjeni akhe nasenyameni yakhe, uyakukuthuka ebusweni bakho.
Kepha ake welule isandla sakho, uthinte amathambo akhe nenyama yakhe, impela uyakukuthuka ebusweni bakho.”
Ake welule isandla sakho uthinte amathambo akhe nenyama yakhe, uzobona uyakukuthuka bukhoma.”
UDavida wasesithi kuNkulunkulu: Kakusimi yini owalaya ukuthi abantu babalwe? mina yimi ngonile ngenza okubi impela; kodwa lezi zimvu zenzeni? isandla sakho, Jehova Nkulunkulu wami, masibe phezu kwami naphezu kwendlu kababa; kodwa hhayi kubantu bakho, ukuze bahlushwe.
Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte konke anakho, uyakukuthuka ebusweni bakho.
UJehova wayesethi kuSathane: “Bheka, konke anakho kusesandleni sakho; ungabeki isandla sakho kuye. USathane wayesesuka ebusweni bukaJehova.
Kwathi seziphelile izinsuku zedili lawo, uJobe wathumela wawangcwelisa, wavuka ekuseni, wanikela ngeminikelo yokushiswa njengomumo wawo wonke; ngokuba uJobe wathi: “Kungenzeka ukuthi amadodana ami onile, amthukile uNkulunkulu ezinhliziyweni zawo; Ngakho uJobe waqhubeka enza kanjalo.
USathane wamphendula uJehova, wathi: Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.
Wayesethi uJehova kuSathane: “Bheka, usesandleni sakho; kodwa usindise impilo yakhe.
Umkakhe wasesithi kuye: Usagcina ubuqotho bakho yini? thuka uNkulunkulu, ufe.
Susa kimi ukushaywa kwakho; ngiyaqedwa ngokushaya kwesandla sakho.
Abantu abangiklolodela njalo ebusweni bami; abahlabela emasimini, bashise impepho ema-altare ezitini;
Futhi bayodabula kulo, lukhuni ukugwinywa futhi belambile; futhi lapho sebelambile, bayothukuthela futhi baqalekise inkosi yabo noNkulunkulu wabo futhi babheke phezulu.
Indodana yowesifazane wakwa-Israyeli yahlambalaza, yathuka iGama leNkosi. Bamyisa kuMose; igama likanina lalinguShelomoti, indodakazi kaDibri, wesizwe sakwaDani.
Uyakukhuluma kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Yilowo nalowo othuka uNkulunkulu wakhe uyakuthwala isono sakhe.
Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: Manje isifikile insindiso, namandla, nombuso kaNkulunkulu wethu, namandla kaKristu wakhe; ebusuku.