Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 19:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

Mina ngokwami ngizambona, lamehlo ami azambona, kungabi omunye; noma izinso zami ziphelile phakathi kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

engiyakumbona uqobo lwami; amehlo ami ayakumbona, kungabi njengomfokazi; okuphakathi kwami kuyaphela esifubeni sami.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngiyakumbona mina uqobo lwami, amehlo ami ayakumbona, hhayi njengomfokazi, umphefumulo wami uqhilika injabulo uma ngicabanga ngalokho.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 19:27
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyokhuleka kuNkulunkulu, futhi uyojabula ngaye; futhi uyobona ubuso bakhe ngokujabula, ngoba uyobuyisela umuntu ubulungisa bakhe.


UJehova ungakimi; angiyikwesaba; umuntu angangenzani na?


CAPH. Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho, kepha ngethemba izwi lakho.


Mina-ke, ngizabubona ubuso bakho ekulungeni; Ngiyokwaneliswa ekuvukeni kwami, ngomfanekiso wakho.


Inyama yami nenhliziyo yami kuyaphela, kepha uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Abafileyo benu bayakuphila, kanye nezidumbu zami bayovuka. Vukani nihlabelele nina enihlala othulini, ngokuba amazolo enu anjengamazolo emifino, umhlaba ukhiphe abafileyo.


Amehlo akho ayakubona inkosi ebuhleni bayo; ayakubona izwe elikude kakhulu.


Ngiyakumbona, kodwa hhayi manje; Ngiyakumbona, kodwa hhayi eduze; kuyakuvela inkanyezi kuJakobe, nentonga yobukhosi iyakwenyuka kwa-Israyeli, ishaye imikhawulo yakwaMowabi, nabo bonke abantwana bakwaSheti.