UJobe 18:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ugibe ubekelwe yena emhlabathini nogibe kuye endleleni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uthukuselwe inkintshela emhlabathini, nesihibe emgwaqweni. IsiZulu 2020 Sithukuselwe isihibe emhlabathini, nonoxhaka endleleni. |
Unisa phezu kwababi izihibe, umlilo, nesibabule, nesiphepho esinamandla; lokhu kuyakuba yisabelo sendebe yabo.
Futhi ngiyozendlala phezu kwayo, futhi iyobanjwa ngenetha lami; ngiyakumyisa eBabele ezweni lamaKaledi; nokho akayikuyibona, noma efela khona.
NoDavide uthi: “Itafula labo malibe ngumjibila, nesihibe, nesikhubekiso, nembuyiselo kubo;