UJobe 17:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bayakwehlela emigodweni yomgodi, lapho siphumula kanyekanye othulini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Liyakwehlela emigoqweni yendawo yabafileyo, lapho kuyakuba khona ukuphumula othulini kanyekanye.” IsiZulu 2020 Ngabe liyokwehlela ezinsikeni zendawo yabafileyo, sehle kanyekanye, siyophumula othulini na?” |
Amagabade esigodi azakuba mnandi kuye, njalo bonke bazamlandela, njengabanengi phambi kwakhe.
Njengalokhu ifu liyanyamalala futhi linyamalale, kanjalo owehlela eHayidesi kayikubuya enyuke.
Ngizwe, Jehova, umoya wami uyadangala; ungangifihleli ubuso bakho, funa ngifane nabehlela egodini.
Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, lawa mathambo ayindlu yonke yakwa-Israyeli; bheka, bathi: “Amathambo ethu omile, nethemba lethu liphelile; siqothulwe izingxenye zethu.
Ngehlela phansi kwezintaba; umhlaba nemigoqo yawo wawungizungeza kuze kube phakade; Nokho ukuphakamisile ukuphila kwami ekonakaleni, Jehova Nkulunkulu wami.
Kepha thina ngokwethu sasinesigwebo sokufa, ukuze singazethembi thina, kodwa sethembe uNkulunkulu ovusa abafileyo;