Umuntu ohlakaniphileyo angakhuluma ukwazi okuyize, agcwalise isisu sakhe ngomoya wasempumalanga, na?
UJobe 16:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingabe amazwi ayize ayoba nesiphetho? kumbe yini ekuqinisayo ukuthi uphendule? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amazwi angumoya nje awayikuphela yini? Ucunulwa yintoni ukuba uphendule na? IsiZulu 2020 Awukho yini umkhawulo emazwini ayize na? Ucunulwa yini ukuze ungiphendule na? |
Umuntu ohlakaniphileyo angakhuluma ukwazi okuyize, agcwalise isisu sakhe ngomoya wasempumalanga, na?
Ingabe uphakamisa ukusola amazwi nezinkulumo zomuntu ophelelwa ithemba, okunjengomoya?
Koze kube nini ukhuluma lezi zinto? Koze kube nini amazwi omlomo wakho enjengomoya onamandla?
abamelwe ukuvalwa umlomo, abachitha izindlu ziphela, befundisa okungafanele ngenxa yenzuzo embi.
Inkulumo ephilileyo engenakulahlwa; ukuze ophambeneyo abe namahloni, engenalutho olubi angalusho ngani.
Wenza kanjalo iminyaka ngeminyaka, lapho enyukela endlini kaJehova, wamdlalisa kanjalo; ngalokho wakhala, akadlanga.