Juda, wena oyakubabonga abafowenu; isandla sakho siyakuba sentanyeni yezitha zakho; abantwana bakayihlo bazakukhothamela.
UJobe 15:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyagijima phezu kwakhe, yebo, entanyeni yakhe, phezu koboya obuminyene bezihlangu zakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wamdumela ngentamo elukhuni, nangamaqhubu adumbileyo amahawu akhe, IsiZulu 2020 Wamelana naye ngeqholo, ethembele emahawini akhe aqinileyo, |
Juda, wena oyakubabonga abafowenu; isandla sakho siyakuba sentanyeni yezitha zakho; abantwana bakayihlo bazakukhothamela.
Ngesikhathi sokucindezeleka kwakhe wabuye waphambuka kuJehova; yiyo leyo nkosi u-Ahazi.
Ngokuba welulela isandla sakhe kuNkulunkulu, aziqinise ngokumelene noMninimandla onke.
Ngangihlezi ngikhululekile, kodwa wangephula; Naye wangibamba igolo wangiqhaqhazela wangimisa njengomaka.
Wayesethi uFaro: “Ngubani uJehova ukuba ngilalele izwi lakhe ukuba ngimyeke u-Israyeli ahambe na?” Angimazi uJehova, futhi ngeke ngivumele u-Israyeli ahambe.