UHebhere wazalelwa amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege; ngokuba emihleni yakhe umhlaba wahlukaniswa; igama lomfowabo lalinguJoketan.
UJobe 15:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Laphiwa bona kuphela umhlaba, njalo kakho owemzini owadabula phakathi kwabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE zona ezaphiwa zodwa izwe, kungadabulanga kuzo umfokazi ngokuthi: IsiZulu 2020 izwe elanikwa zona kuphela, akukho mfokazi owadabula phakathi kwabo. |
UHebhere wazalelwa amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege; ngokuba emihleni yakhe umhlaba wahlukaniswa; igama lomfowabo lalinguJoketan.
Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalokho izizwe zahlukaniswa emhlabeni emva kukazamcolo.
Omubi uzwa ubuhlungu zonke izinsuku zakhe, nenani leminyaka lifihlelwe umcindezeli.
Niyakwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu ohlezi eSiyoni, intaba yami engcwele; khona iJerusalema liyakuba ngcwele, abafokazi abasayikulidabula futhi.
Lapho oPhezukonke ehlukanisela izizwe ifa labo, lapho ehlukanisa abantwana bakwa-Adamu omunye nomunye, wamisa imingcele yabantu ngokwesibalo sabantwana bakwa-Israyeli.