Ngizokukhombisa, ngilalele; futhi engikubonile ngizokumemezela;
“Ngiyakukwazisa, ungilalele; ngiyakukulandisa engikubonileyo
“Ngizokutshela, ngilalele, ngizokulandisa engikubonileyo,
Bheka, iso lami likubonile konke lokhu, indlebe yami ikuzwile, yakuqondisisa.
Kakhulu kangakanani onengeka nongcolile umuntu ophuza ububi njengamanzi?
okwakhulunywa ngabahlakaniphileyo ngoyise kodwa kabakufihlanga;
Ngakho, Jobe, lalela amazwi ami, ulalele wonke amazwi ami.
Yizwani amazwi ami nina zihlakaniphi! futhi ngilaleleni nina eninolwazi.
Ngibekezeleleni kancane, futhi ngizonikhombisa ukuthi ngisamkhulumela uNkulunkulu.
Bheka, sikuhlolile, kunjalo; yizwe futhi ukwazi kahle.