U-Adamu wahamba iminyaka eyikhulu namashumi amathathu, wazala indodana emfuze ngomfanekiso wakhe; wambiza ngokuthi uSeti.
UJobe 14:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngubani ongakhipha okuhlambulukileyo kokungcolile na? hhayi noyedwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngubani ongaveza okuhlambulukileyo kukho okungcolileyo na? Kakho noyedwa. IsiZulu 2020 Ngubani ongaveza okuhlanzekile kokungcolile na? Akekho noyedwa. |
U-Adamu wahamba iminyaka eyikhulu namashumi amathathu, wazala indodana emfuze ngomfanekiso wakhe; wambiza ngokuthi uSeti.
Uyini umuntu ukuba abe mhlophe? nozelwe ngowesifazane ukuba abe ngolungileyo na?
Uyabasusa njengesikhukhula; banjengobuthongo; ekuseni banjengotshani obumilayo.
Ingelosi yaphendula, yathi kuye: “UMoya oNgcwele uzakuza phezu kwakho, namandla oPhezukonke akusibekele;
Ngakho njengalokhu ngamuntu munye isono sangena emhlabeni, langesono ukufa; kanjalo ukufa kwedlulela kubantu bonke, lokhu bonke bonile;
Esasihamba phakathi kwabo sonke ezikhathini ezidlule ngezinkanuko zenyama yethu, sifeza izinkanuko zenyama nezengqondo; futhi ngemvelo sasingabantwana bolaka njengabanye.