UNkulunkulu wazenza izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.
UJobe 12:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Noma khuluma nomhlaba, uyakukufundisa, nezinhlanzi zolwandle ziyakutshela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khuluma kuwo umhlaba, uyakukufundisa, nezinhlanzi zolwandle ziyakukulandisa. IsiZulu 2020 Khuluma kuwo umhlaba, ukuze ukufundise, nasezinhlanzini zolwandle ukuze zikulandise. |
UNkulunkulu wazenza izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.
Kodwa manje buza izilwane, futhi zizokufundisa; nezinyoni zezulu, ziyakukutshela;