Kepha nami nginakho ukuqonda njengani; Angincinyane kunani; yebo, ngubani ongazazi izinto ezinjalo?
Kodwa nami nginengqondo njengani, angahlulwa yinina; ngubani ongazazi izinto ezinje na?
Kepha nami nginengqondo njengani, aningedluli ngalutho. Ngubani ongazazi izinto ezinjengalezi na?
Wazini esingakwaziyo? niqondeni, okungekho kithi na?
Ungasiphenduli isiwula njengobuwula baso, funa ufane naso.
Ngokuba ngithi angisilele ngalutho kubaphostoli abakhulu kakhulu.