Ezingenayo, kwangena iduna nensikazi kuyo yonke inyama, njengalokho uNkulunkulu emyalile; uJehova wamfaka.
UJobe 12:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, liyabhidliza, alinakwakhiwa futhi; uyavala umuntu, kungabe kusavuleka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, uyadiliza, kungabe kusakhiwa; uyavalela umuntu, kungabe kusavulwa. IsiZulu 2020 Yena uma ebhidliza, akekho ongakha kabusha, uma evalela umuntu, akekho ongamvulela. |
Ezingenayo, kwangena iduna nensikazi kuyo yonke inyama, njengalokho uNkulunkulu emyalile; uJehova wamfaka.
Bhekani umsebenzi kaNkulunkulu, ngokuba ngubani ongaqondisa lokho akwenze kwaba yisigwegwe na?
Ngiyakuyenza ibe yifa lamagxolo ababayo namachibi amanzi; futhi ngokuqinisekile ngiyolishanela kanye nesilo esibhubhisayo,” kusho uJehova Sebawoti.
Ngiyakusibeka isihluthulelo sendlu kaDavide ehlombe lakhe; kanjalo uyakuvula, kungavali muntu; futhi uyovala, futhi akekho oyovula.
Ngokuba wenzile umuzi waba yinqwaba; umuzi ovikelwe uyincithakalo: isigodlo sabafokazi singabi umuzi; kayisoze yakhiwa.
Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Izindonga ezibanzi zaseBabele ziyakubhidlizwa nokubhidlizwa, amasango alo aphakeme ashiswe ngomlilo; abantu bayakukhandlekela ize, nabantu emlilweni, badinwe.
Futhi kumelwe uthi: Kanjalo iBabiloni liyocwila futhi lingaphumi ebubini engizolehlisela phezu kwalo; futhi bazokhathala. Kuze kube manje amazwi kaJeremiya.
Ngiyakukwenza ube njengesiqongo sedwala, ube yindawo yokweneka amanetha; awusayikwakhiwa futhi, ngokuba mina, iNkosi, ngikukhulumile, isho iNkosi uJehova.
Lapho u-Edomi ethi: “Simpofu, kepha siyakubuya, sakhe izindawo eziyincithakalo; usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: Bayakwakha, kepha mina ngiyakudiliza; bayakubabiza ngokuthi: Umkhawulo wobubi, Abantu uJehova abathukuthelele kuze kube phakade.
Ngoba uNkulunkulu ubavalele bonke ekungakholweni, ukuze abe lesihawu kibo bonke.
Nakuyo ingelosi yebandla laseFiladelfiya loba ukuthi; “Nakhu akushoyo ongcwele, oqinisileyo, onesihluthulelo sikaDavide, ovula kungavali muntu; avale kungavuli muntu;
Namuhla uJehova uyakukunikela esandleni sami; ngiyakukwehlula, ngisuse ikhanda lakho kuwe; ngiyakuzinika namuhla izinyoni zezulu nezilwane zomhlaba izidumbu zebutho lamaFilisti; ukuze umhlaba wonke wazi ukuthi kukhona uNkulunkulu kwa-Israyeli.
Ubonisile namuhla ukuthi wenze okuhle kimi, ngokuba awungibulalanga lapho uJehova enginikela esandleni sakho.
U-Abishayi wayesethi kuDavide: “UNkulunkulu unikele isitha sakho esandleni sakho namuhla; mangimgwaze phansi ngomkhonto kanye nje, ngingaphinde ngimehlule okwesibili.