Inkosi uRehobowamu yacebisana namadoda amadala ayemi phambi kukaSolomoni uyise esekhona, yathi: “Nina macebiso ani ukuba ngiphendule laba bantu na?
UJobe 12:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwabadala kukhona ukuhlakanipha; nangobude bezinsuku ukuqonda. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ezimpungeni kukhona ukuhlakanipha, nasebudeni bezinsuku ukuqonda. IsiZulu 2020 Ukuhlakanipha kutholakala ezimpungeni, nangobude bezinsuku kwabanokuqonda. |
Inkosi uRehobowamu yacebisana namadoda amadala ayemi phambi kukaSolomoni uyise esekhona, yathi: “Nina macebiso ani ukuba ngiphendule laba bantu na?
Wayesephendula u-Elihu indodana kaBarageli umBushi, wathi: “Mina ngimncane, nina nibadala kakhulu; ngakho-ke ngesaba futhi angizange ngilokothe ngimemezele umbono wami.