UJobe 12:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Indlebe ayiwavivinyi yini amazwi? umlomo unambitha inyama yawo? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Indlebe ayivivinyi yini amazwi, njengolwanga lunambitha ukudla, na? IsiZulu 2020 Indlebe ayiwahloli yini amazwi, nolwanga alukunambithi yini ukudla na? |
Kukhona ububi olimini lwami na? Ukunambitha kwami akukwazi ukwahlukanisa okuphambene na?
ukuze nivume izinto ezinhle kakhulu; ukuze nibe msulwa, ningabi nacala, kuze kufike usuku lukaKristu;
Kodwa ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, labo abathi ngokujwayela ukuzwisisa, sebekufundise ukuhlukanisa okuhle lokubi.