UJobe 11:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma ulungisa inhliziyo yakho, welulela izandla zakho kuye; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Uma ulungisa inhliziyo yakho, welulele izandla zakho kuye; IsiZulu 2020 “Uma uqondisa kahle inhliziyo yakho, welulela izandla zakho kuye, |
Kodwa okuhle kwatholakala kuwe ngoba wasusa izihlahla elizweni, walungisa inhliziyo yakho ukuthi ifune uNkulunkulu.
Bheka, ubusisiwe umuntu uNkulunkulu amsolayo; ngalokho awudeleli ukusola kukaSomandla.
Ngiyazelulela izandla zami kuwe; umphefumulo wami womele wena njengezwe elomileyo. Sela.
Izikhulu ziyakuphuma eGibithe; ITopiya izokwelulela ngokushesha izandla zayo kuNkulunkulu.
Ngosuku losizi lwami ngayifuna iNkosi; amathumba ami ageleza ebusuku, awanqamuki; umphefumulo wami wala ukududuzwa.
Bangabi njengoyise, isizukulwane esinenkani nesihlubukayo; isizukulwane esingalungisanga inhliziyo yaso, nomoya waso ungagxili kuNkulunkulu.
Iso lami liyalila ngenxa yosizi: Jehova, ngikhala kuwe usuku lonke, ngizelulela izandla zami kuwe.
UMozisi wasesithi kuye: Nxa ngiphuma emzini, ngizakwelulela izandla zami eNkosini; nokuduma kuyonqamuka, nesichotho ngeke sisaba khona; ukuze nazi ukuthi umhlaba ungokaJehova.
Leyo nceku ebiyazi intando yenkosi yayo ingalungisi, ingenzanga njengentando yayo, iyakushaywa imivimbo eminingi;
USamuweli wakhuluma kuyo yonke indlu yakwa-Israyeli, wathi: “Uma niphendukela kuJehova ngayo yonke inhliziyo yenu, susani onkulunkulu babezizwe no-Ashitaroti phakathi kwenu, nilungise izinhliziyo zenu kuJehova, nimkhonze yena yedwa. Uyokusindisa esandleni samaFilisti.