Noma ephiwa ukuba alondeke, aphumule kukho; kepha amehlo akhe aphezu kwezindlela zabo.
UJobe 11:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba uyabazi abantu abayize; Ubuye abone ububi; ngalokho akayikunaka na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uyabazi abantu ababi; lapho ebona ukona, akayikukunaka na? IsiZulu 2020 Ngokuba uyabazi abantu bamanga, lapho ebona inkohlakalo, akayukuyinaka yini na? |
Noma ephiwa ukuba alondeke, aphumule kukho; kepha amehlo akhe aphezu kwezindlela zabo.
Wathi enhliziyweni yakhe: “UNkulunkulu ukhohliwe; Uyafihla ubuso bakhe; akasoze ayibona.
Wena wakubona; ngokuba ubona ububi nobubi ukuba ukuphindise ngakho ngesandla sakho; abampofu bayazinikela kuwe; ungumsizi wentandane.
Uma ubona ukucindezelwa kompofu nokuhlanekezelwa komthetho nokulunga ezweni, ungamangali ngaleyo ndaba, ngokuba ophakeme kunomkhulu kunaye, kukhona ophakeme kunabo.
Futhi abacabangi enhliziyweni yabo ukuthi ngiyakhumbula bonke ububi babo; ziphambi kobuso bami.
Unamehlo ahlanzekile kunokuba ubuke okubi, futhi awukwazi ukubona ububi; Ubabhekelani abakhohlisayo, ubambe ulimi lwakho, lapho omubi edla olungile kunaye, na?
Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.
Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;