UJobe 10:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi zinto uzifihlile enhliziyweni yakho: Ngiyazi ukuthi zinawe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ufihlile enhliziyweni yakho lokhu; ngiyazi ukuthi lokhu kukuwe kokuthi: IsiZulu 2020 Kepha lokhu ukufihlile enhliziyweni yakho, ngiyazi ukuthi lokhu ubukusophile: |
Kodwa yena ungqondonye, ngubani ongambuyisa? nalokho umphefumulo wakhe okufisayo, uyakwenza.
ngakwesokhohlo, lapho asebenza khona, kodwa kangimboni; ngakwesokunene uyacasha, ukuze ngingamboni.
Mina ngakha ukukhanya, ngidala ubumnyama; Ngenza ukuthula, ngidala ububi; Mina Jehova ngenza zonke lezi zinto.
Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki!
Bhekani manje ukuthi ngiyilokhu nokuthi akakho unkulunkulu ngaphandle kwami. Ngiyabulala, ngiphilise; ngiyalimaza, ngipholise, akakho ongophula esandleni sami.