Wangembathisa isikhumba nenyama, wangihaqa ngamathambo nemisipha.
Awungembathisanga isikhumba nenyama, wangiphica ngamathambo nangemisipha, na?
Awungembathisanga yini isikhumba nenyama, wangiphica ngamathambo nangemisipha na?
Awungithululanga njengobisi, wangihlakaza njengoshizi, na?
Unginikile ukuphila nomusa, ukuhanjelwa kwakho kulonde umoya wami.
Ngokuba uzithathile izinso zami, wangembesa esiswini sikamame.
okuvela kuye ukuthi umzimba wonke uhlanganiswe ngokufaneleyo, ubumbane, ngalokho okunikezwa yilelo nalelolunga, ngokokusebenza esilinganisweni sazo zonke izitho, ukhulisa umzimba kuze kuzakheka othandweni.