Kumelwe ahlephule njengokuphuka kwento yombumbi iphihlizwa ibe yizicucu; akayikuhawukela, ukuze ekuqhumeni kwakhe kungafunyanwa sicucu sokukha umlilo eziko noma ukukha amanzi emthonjeni.
UJeremiya 19:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona-ke kumelwe uliphule igabha phambi kwamehlo amadoda ahamba nawe, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Bese waphula uphiso phambi kwamadoda ahamba nawe, IsiZulu 2020 “Uyakuphihliza uphiso phambi kwamadoda ohambe nawo, |
Kumelwe ahlephule njengokuphuka kwento yombumbi iphihlizwa ibe yizicucu; akayikuhawukela, ukuze ekuqhumeni kwakhe kungafunyanwa sicucu sokukha umlilo eziko noma ukukha amanzi emthonjeni.
Usho kanje uJehova, uthi: “Hamba uthabathe imbiza yebumba kumbumbi, uthathe emalungeni abantu nakumalunga abapristi;
Ngakho bhekani, izinsuku ziyeza, usho uJehova, lapho ngiyakuthuma abazulazulayo kuye abayakubazulazula, bathulule izitsha zabo, baphule amasaka abo.
Phezu kwezindlu zonke zakwaMowabi nasezitaladini zakhe kuyakuba khona isililo, ngokuba ngimaphulile uMowabi njengento engemnandi,” usho uJehova.
Kwafika kuye owesifazane ephethe umfuma wealabhaste wamafutha anenani elikhulu, wawathela ekhanda lakhe ehlezi ekudleni.