Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa, oShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa wona emva kukazamcolo.
UGenesise 9:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamadodana amathathu kaNowa, futhi wonke umhlaba wasakazwa kuwo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yilawo amadodana amathathu kaNowa; umhlaba wonke wagcwaliswa ngabavela kuwo. IsiZulu 2020 Kulawa madodana kaNowa amathathu kwavela kuwo abantu abasabalala nomhlaba wonke. |
Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa, oShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa wona emva kukazamcolo.
UNowa ubeminyaka imakhulu mahlanu ezelwe; uNowa wazala oShem, noHamu, noJafete.
Zikhiphe kanye nawe zonke izilwane ezinawe, kuyo yonke inyama, ezinyonini, nasezinkomeni, nakuzo zonke izilwane ezinwabuzelayo emhlabeni; ukuze zande emhlabeni, zande, zande emhlabeni.
UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalani nande nigcwalise umhlaba.