UNkulunkulu wathi: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izidalwa eziphilayo ezikini kuze kube phakade.
UGenesise 9:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engasimisa phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenzile phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni.” IsiZulu 2020 UNkulunkulu wayesethi kuNowa: “Lokho kuluphawu lwesivumelwano sami engisenze phakathi kwami nabo bonke abantu emhlabeni.” |
UNkulunkulu wathi: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izidalwa eziphilayo ezikini kuze kube phakade.
Uthingo luyakuba sefwini; futhi ngizobheka kuso, ukuze ngicabange ngesivumelwano esiphakade phakathi kukaNkulunkulu nazo zonke izidalwa eziphilayo zayo yonke inyama esemhlabeni.
Amadodana kaNowa aphuma emkhunjini ayengoShemi, noHamu, noJafete; uHamu nguyise kaKhanani.