UNkulunkulu wazibusisa, wathi: “Zalani, nande, nigcwalise amanzi olwandle, nezinyoni mazande emhlabeni.
UGenesise 9:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalani nande nigcwalise umhlaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNkulunkulu wabusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalani nande, nigcwalise umhlaba. IsiZulu 2020 UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba. |
UNkulunkulu wazibusisa, wathi: “Zalani, nande, nigcwalise amanzi olwandle, nezinyoni mazande emhlabeni.
UNkulunkulu wababusisa, wathi kubo: Zalani, nande, nihlale emhlabeni, niwulime. Nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni.
Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalokho izizwe zahlukaniswa emhlabeni emva kukazamcolo.
UNkulunkulu walubusisa usuku lwesikhombisa walungcwelisa, ngoba waphumula ngalo ngemva komsebenzi wonke wendalo ayewenzile.
Basebembusisa uRebeka, bathi kuye: Wena ungudadewethu, ube ngunina wezinkulungwane zezigidi, inzalo yakho idle ilifa lesango lalabo abayizondayo.
UNkulunkulu wathi kuye: “NginguNkulunkulu, uMninimandla onke; zalani nande; isizwe nesizwe sezizwe kuyakuvela kuwe, namakhosi ayakuphuma okhalweni lwakho;
Zikhiphe kanye nawe zonke izilwane ezinawe, kuyo yonke inyama, ezinyonini, nasezinkomeni, nakuzo zonke izilwane ezinwabuzelayo emhlabeni; ukuze zande emhlabeni, zande, zande emhlabeni.
Ukwesabeka kwenu kuyakuba phezu kwezilwane zonke zomhlaba, naphezu kwazo zonke izinyoni zezulu, naphezu kwakho konke okunwabuzelayo emhlabeni, naphezu kwazo zonke izinhlanzi zolwandle; zinikelwe esandleni sakho.
Dumisani uJehova. Ubusisiwe umuntu omesabayo uJehova, othokoza ngemithetho yakhe.
Bheka uyihlo u-Abrahama noSara owakuzalayo, ngokuba ngambiza eyedwa, ngambusisa, ngamandisela.