Wenzela umphongolo ifasitela, uliqedele ngengalo eyodwa phezulu; ubeke iminyango yomphongolo eceleni; ngephansi, isitezi sesibili nesesithathu kufanele ukwenze.
UGenesise 8:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ekupheleni kwezinsuku ezingamashumi amane uNowa wavula ifasitela lomkhumbi abelenzile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi emva kwezinsuku ezingamashumi amane uNowa wavula ifasitele lomkhumbi abelenzile. IsiZulu 2020 Kwathi emveni kwezinsuku ezingama-40, uNowa wavula ifasitela lomkhumbi ayelenzile, |
Wenzela umphongolo ifasitela, uliqedele ngengalo eyodwa phezulu; ubeke iminyango yomphongolo eceleni; ngephansi, isitezi sesibili nesesithathu kufanele ukwenze.
Amanzi ancipha kwaze kwaba yinyanga yeshumi; ngenyanga yeshumi, ngolokuqala lwenyanga, kwabonakala iziqongo zezintaba.
UDaniyeli esezwile ukuthi umbhalo usayiniwe, wangena endlini yakhe; amafasitele ekamelo lakhe evulekile ngaseJerusalema, waguqa ngamadolo kathathu ngosuku, wakhuleka, wabonga uNkulunkulu wakhe, njengalokho ebenzile ngaphambili.