Ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuphila kukaNowa, ngenyanga yesibili, ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku yonke imithombo kazamcolo omkhulu yagqashuka, namafasitele asezulwini avuleka.
UGenesise 8:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngenyanga yesibili ngosuku lwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga umhlaba woma. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngenyanga yesibili ngosuku lwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga umhlaba wawusomile. IsiZulu 2020 Kwafika usuku lwama-27 sekome nkwe phansi. |
Ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuphila kukaNowa, ngenyanga yesibili, ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku yonke imithombo kazamcolo omkhulu yagqashuka, namafasitele asezulwini avuleka.
Kwathi ngomnyaka wamakhulu ayisithupha nanye, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, amanzi ashile emhlabeni; uNowa wasusa isembozo somkhumbi, wabheka, bheka, ubuso bomhlaba bomile.
Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu nesikhombisa wokuthunjwa kukaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ngenyanga yeshumi nambili, ngosuku lwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga, u-Evilimerodaki, inkosi yaseBabele, ngonyaka aqala ngawo. Ukubusa, ukuphakanyiswa. Inhloko kaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ephuma etilongweni;
Kwathi ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi: