Amanzi ayenamandla phezu komhlaba; zasitshekelwa zonke izintaba eziphakemeyo eziphansi kwezulu lonke.
Amanzi andisisa impela emhlabeni; zasitshekelwa zonke izintaba eziphakemeyo eziphansi kwezulu lonke.
Amanzi anda kakhulu emhlabeni aze asibekela zonke iziqongo zezintaba ezinde.
Amanzi aba namandla, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wedlula phezu kwamanzi.
Amanzi aba yizingalo eziyishumi nanhlanu phezulu; zasitshekelwa izintaba.
Bheka, uyawavimba amanzi, awomise; Futhi uyabathuma, futhi bawuchitha umhlaba.
Ngempela, insindiso ithenjwa ize evela emagqumeni nasebuningini bezintaba; ngempela, ikuJehova uNkulunkulu wethu ukusindiswa kuka-Israyeli.
Okwathi ngalo umhlaba owawukhona, ugcwele amanzi, wabhubha;