USara wafa eKiriyati ka-Arba; yiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama weza ukumlilela uSara nokumkhalela.
UGenesise 50:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJosefa wawa ebusweni bukayise, wakhala phezu kwakhe, wamanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJosefa wawa ebusweni bukayise, wakhala phezu kwakhe, wamanga. IsiZulu 2020 UJosefa waziphonsa phezu kukayise, wakhala, wamanga. |
USara wafa eKiriyati ka-Arba; yiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama weza ukumlilela uSara nokumkhalela.
Mina ngizakwehlela lawe eGibhithe; futhi ngokuqinisekile ngizokuvusa futhi, futhi uJosefa uyobeka isandla sakhe phezu kwamehlo akho.
Kwathi uJakobe eseqedile ukuyala amadodana akhe, wabuthela izinyawo zakhe embhedeni, wafa, wabuthelwa kanye labantu bakhe.
U-Elisha wagula ngenxa yokugula afa ngakho. UJowashi inkosi yakwa-Israyeli wehlela kuye, wakhala izinyembezi ebusweni bakhe, wathi: “Baba, baba, nqola ka-Israyeli nabamahhashi bakhe!
Nani bobaba, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.
Kepha angithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi ngabalalayo, ukuze ningadabuki njengabanye abangenathemba.